Yini umsebenzi weziphicaphicwano?
Want a t-shirt with your clans?
click here to make your order on Whatsapp
Yini umsebenzi weziphicaphicwano?
- Abantwana bayazithanda iziphicaphicwano ngoba zibachithisa isizungu.
- Abantwana bacabanga masinya futhi bacophelele.
- Zivula ingqondo yabantwana, zibenza banake izinto ezibazungezile.
- Zehlukanisa amadoda kubafana.
- Ziyacacisa ukuthi yimuphi umntwana
ophiwe ubuchopho obuvuthiwe. - Abantwana bafunda ukucabangisisa bese bekwazi ukuzisungulela ezabo.
1 comment