Izithakazelo zakwa Mbedu clans & History
Mbedu, Mnguni, Qwabe, Yeyeye, Mpangazitha, Sidlabehlezi !
Mbedu, Mnguni, Qwabe, Yeyeye, Mpangazitha, Sidlabehlezi !
Gumede, Mnguni, Phakathwayo, Yeyeye, Qwabe, Khondlo, Sidlodlo skamalandela ngokulandel inkomo zabafokazane, Wen' owadlumuntu umyenga ngendaba,…
Makhanya, Thusi, Yeyeye, Phakathwayo, Mnguni, Msomi, Mfene, Qwabe, Gumede, Mpangezitha!
Gumede, Qwabe, Mnguni Phakathwayo Khondlo Ndabezitha, uSimamane,Wena kaMalandela, Yeyeye, Mnguni kaYeyeye !
Qwabe! Mnguni wako Yeyeye Wena obe udla ube ubayenga ngendaba Uthi "dluya mnumzane, kubeyethwe la"…
Myaka, Gumede, Mazwana, Chibikalishi, Wena obhala ngozipho abanye bebhala ngamapensela, Mthanti kamdonsela, Mnguni, Qwabe, Yeyeye
Umsuka wamaQwabe >> Nawu umlando nemvelaphi yabakwaQwabe [YouTube] <<AmaQwabe ayisizwe esikhulu nesikhudlwana sakwaMakhanya kanye namaZulu…
Gabuza, Gumede onhlokonhle, qwabe,mpangazitha, nonombela kamafuya nduna, khondlo, phakathwayo, vezi, mnguni, mfumbathi wemvula, magaya isicaba…
Izithakazelo zakwa Myaka 😍 Myaka Clan Names Gumede! Mthanti omude ontsele, Chibikalishi lisha ngoba liphuzwe…
Umlando Wesibongo SakwaQwabe Isibongo sakwaQwabe sivela egameni lenye yamadodana kaMalandela, uQwabe. UQwabe wayelanywa nguZulu okwenza…