Izithakazelo zakwaKhambule Clans & History
Khambule, Mzilankatha, INkatha kayingen'endlini, Yangena kubola inkaba zabantwana, Nina bakaNkomo Zilal'uwaca, Ezamadojeyana Zilal'amankengana, Mlotshwa, Malandel'ilanga…
Khambule, Mzilankatha, INkatha kayingen'endlini, Yangena kubola inkaba zabantwana, Nina bakaNkomo Zilal'uwaca, Ezamadojeyana Zilal'amankengana, Mlotshwa, Malandel'ilanga…
Nkomzwayo, Mlotshwa, Mashishiwane, Mkhomba kaBhazane, Nyosi kayisuzeli yenza butilitilane Nyon'ezathi ziphezulu zaphenduk'amaphuphu, Mlom'bovu , Mafokothela...
Shezi dlaba, shukulasi, mnomiya, dludle owadla imihlambi yamadoda wadla izinkomo zamandebele oyodla zika dlaba uyoceba,…
Mvula, Mlotshwa, Mgamule, Magangane, Macala, wena sibhamu esaduma kuqala enkundleni zonke zingakadumi, Wena Ka Macala,…
Ndlandla, Mlotshwa, Masikambane, Mbuzinkonyeni, Azifi Ngamagcubu Zifa Ngokuluphala, Silambe Nje Mabele Athulile Asemphandeni, Sidla Bhoco…
Gama, Mbhokane, Mdluli ka Xaba, Maphalala, Mthulela, Ngcangcanana, Mpembe, Shabangu, Manyoni, Mlangeni, Mlotshwa, Mphephethwa, Vilakazi,…
Thungo, Mlotshwa, Mkhonto, Mbokazi, Khabanyova, Jijiji, Nkonyane yomsuthu !
Mpangazitha oZiphangayo, Mavundla, Mlotshwa, Lwandle kaluwelwa, luwelwa zinkonjane ngoba zindizela pheZulu, Magqiza ngobuhlalo obumhlophe abanye…
Malinga, Tsambekwayi,mcusi wandlunkulu, Mlotshwa, Zindela !
Malinga, Ndumo, Zindala, Mlotshwa, Gumakhulu, Shazia, Bombo, Nontshiza, Tsambekwayo, Mcisi, Hlangus, Nzalo kaMagidela omnyama ngentamo,owazili…