Izithakazelo zakwa Thungo Clan Names & History
Thungo, Mlotshwa, Mkhonto, Mbokazi, Khabanyova, Jijiji, Nkonyane yomsuthu !
Thungo, Mlotshwa, Mkhonto, Mbokazi, Khabanyova, Jijiji, Nkonyane yomsuthu !
Ncayiyane, mthombe, mfinya, mthumesane, mfakayigotshwa igotshwa ngesithokazi, Nina baka vengane makhawosi amhlophe ageza nge ntusi…
Vumisa, Mkhonto, Mashukumbela, Njeje Bambamba bamyeka bathi akana mhlehlo kodwa umhlehlo yibhabhakazi owasinda amadoda !
by Chris Malala Malala, Mkhonto, nhlanga ziyandinda, wena wesbongo lesihle lesaduma eNgilandi, Mkhonto uyahlaba uhlaba…
Izithakazelo zakwaMkhonto Mkhonto Guma KaNdaba Nina enadla isbindi seNja Nithi eseMpunzana nadla nathi likililili
Umlando wakwa Mkhonto & Family treeMkhonto,Zikhali, Khanyile, Magwaza, Ndabezitha,Mbulazi,Ngwane elihle,Wena owakhiwe elangabini elingadiliza izintaba, Wena…
Mkhonto clan , originates under I Nkosi u Phungashe ka Ngwane. Check the Buthelezi (Tribe)
Mkhonto Clan Names MaphangaMbuyisaSihlanguMananganangaBelle lelindze ungajagaja, lelangcelisa umntwana ngaphesheya kwemfulaMkhonto !
Izithakazelo zakwa Zwane ZwaneMangetheLinda MkhontoUmafa avukeZikode kaPhikelaUZwane akadlelanga phansiWadlela emkhombeni WezinyamazaneEdla im'hlambi yezinkomo zamadodaNdlangashushwana ngokudla…
Ngicela ning'size nges'thakazelo nangenvelaphi yesibongo sakwa Mkhonto