Izibongo zeSilo uDinuzulu kaCetshwayo
Izibongo zeSilo uDinuzulu kaCetshwayo UMamonga woSuthuUMamonga kabulali uyasizilaUqotha imbokode nesisekeloUfana neNdlovu emnyama yasOndiniUsilwa nankunzi mbiliEnye…
Izibongo zeSilo uDinuzulu kaCetshwayo UMamonga woSuthuUMamonga kabulali uyasizilaUqotha imbokode nesisekeloUfana neNdlovu emnyama yasOndiniUsilwa nankunzi mbiliEnye…
Izithakazelo zakwaMqadi Mbuyisa, Hlobose, Nobekela, Sosingath'owasingath'ingwe nengonyama, Nina enasuk'enhla nawela imfolozi emnyama nebomvu nithwel'imbewu ngophondo,…
Izithakazelo zakwaMbuyisa Gqagqazela, Mlotshwa, Mbuyazi, Mchusi wasendlunkulu, Nhlamv'azimshayi ziyamthantalaza, Mbonambi, Dube!
Izithakazelo zakwaManana Manana, Ntsingila, Ncusi, Mbuyisa, Nkabinde, Ndimande kaGama!
Izithakazelo zakwa-Hlengwa Mashasha, Nongubo, Shingweni, Mlebuka, Sijamane, Dumakude, Mbuyisa, Ncokela, Mngcenge!
Ngcobo Mapholoba, Nyuswa, Fuze, Mavela, Mafuzafulele njegefu lemvula, Mashiyamahle sengathi azoshumayela, Mavulankungu kuvelilanga, Sididane, Ngongoma,…
Msani Mtimande, Kunene, Majoka, Nxaba, Mbhekane, Madluvalo, Mthantathwa, Mnguni, Nonqewu, Mgobhozi, Ntetha, Vangisa, Mvuna, Mageza…