Mbanjwa Clan Names & History
Mbanjwa, Khathini, Samelihle, Ngongonono, Mancishana kancane, Nina enaphekwa nelitshe, lavuthwa kuqala nasala nihlaza!
Mbanjwa, Khathini, Samelihle, Ngongonono, Mancishana kancane, Nina enaphekwa nelitshe, lavuthwa kuqala nasala nihlaza!
Mncwabe Clan Names | Mncwabe Surname History:Mncwabe,Mnguni,Khathini,Noyaba,Dzana,Ngxabalala,Thina abase busheya !
Ngonyama yenduna, Biyase, Joli nabantu, Mpangazitha, Mgidi ka tshana, Magiy' azaqhethuke njengengonyama, Luphondo olwamila kahle…
Mncwabe, Mdumatholeni kaMflipha, Bhala kaBhubhu,Dzana,Khathini,Wena ogwaza ebheke phansi njenge sikela, Wena owadla umkhakha wenkomo ihamba,…
Mbanjwa , Khathini, Sama, Ngonono, Sojobe, Ulwandle aluwelwa luwelwa zinkonjane eziphapha phezulu, Omancisha kancane ngoba…
Izithakazelo zakwa-Mbanjwa: Sokhela, Nyon'emyama, Eyabizwa ngekhwela yasabela yathi tshiyo, Gqabela kavezi, Wena ozalisa abafazi baliwe…
Izithakazelo zakwa-Biyase Khathini, Ziqubu, Ngonyama yenduna, Luphondo!
Bophela Hlomuka, Mgidi Dzanibe: Nqolo, Gaba, Mahlambetsha Dlangalala Galu, Nyamenja Gcwensa Mzulwini, Ndimande Gwacela Mbili,…