
Izithakazelo zakwaMajola clan names & History
Majola, Macingwane, Bhude limlomo obomvu, Yeyesa, Mlomo ongathi owentsiyane, Ndabezitha, Ngqulunga, Mabonwa abulawe, Phakade akagugi…
Izithakazelo zakwaKhambule Clans & History
Khambule, Mzilankatha, INkatha kayingen'endlini, Yangena kubola inkaba zabantwana, Nina bakaNkomo Zilal'uwaca, Ezamadojeyana Zilal'amankengana, Mlotshwa, Malandel'ilanga…
Izibongo zika Mankanyiyana
umphangula Jozi, uNogqiza ngumawisaumnumzane ozihlabanalayo.inkonjane ezihuqe odakeniizilo ziyalwa kofabase. Izibongo zikaZidungeuSigqoko samuka nemishu yezuluumavuba ovube…
Izibongo zika Qwangubana
umpatsha awadla omunye umpatshaIshungu elimtshambili lika mguluguluIngwazi eyagwaza kuqala etshaneniumasabalala onjengelanga.
izibongo zikaMbenge
uNoqongaza wezimbembaimbenge kanhlaka eguge ngesinqeyasala amahlauBantu bafa bebheke ekufinyeniuMahamba lwengubo kanswinswinswi
Izibongo zika Mgulugulu
uNsangulo zabeSuthuumnyezane owengame izizbaundengezzzi zimashumi…uQomondo olumashiya lukaNhlaka.
Izibongo zika Ntuzwa
uMxhakaza’ phandeuPhangela ko BhongouPhangela ko QhoqhoqhouMashwabadela oshwabadele inkudla yakwa yakwaMgunikwazamazama ezweniumashwabadela osshwabadele ezikwaBizobikwathi ezakwa mngani…