Msani, Mqadi, Mpofana, Mpanza, Motha Clans

Msani

  • Mtimande,
  • Kunene,
  • Majoka,
  • Nxaba,
  • Mbhekane,
  • Madluvalo,
  • Mthantathwa,
  • Mnguni,
  • Nonqewu,
  • Mgobhozi,
  • Ntetha,
  • Vangisa,
  • Mvuna,
  • Mageza Ngobisi !!!

Mqadi

  • Mbuyisa,
  • Hlobose,
  • Nobela,
  • Sosingathi,
  • Jakaja

Mpofana
Ntombela, Zulu…

Mpanza

  • Thabekhulu,
  • Sandanezwe,
  • Nongalo,
  • Mavundla,
  • Siwela,
  • Dubandlela,
  • Soyikasi,
  • Mzingane,
  • Donda.

Motha

  • Mvulane,
  • Nyamande,
  • Thwala.

14 comments

comments user
Sibusiso mpanza

Siwela mpanza donda singabesende lika mbamu ezalwa umakhosi enyoni

comments user
nosipho mqadi

imvelaphi yesibongo sakwaMqadi ezisondelene nazo ngingabonga ongangisiza

comments user
mlungisi

cha mina ngiyalahleka ngicela ongazi ngemvelaphi yakwavundla nokuzalana kwabo babesukaphi beze babela iNatal

comments user
Phumzile ngxongo

Mina ngicel ukwazi izithakazelo zakwaNgxongo ngobunjalo bazo njengamanje ngididekile

    comments user
    Koelebogile

    Sanibonani….Bengisacela ukucazelwa umlando wanbantu bakwa Yika nesi thakazelo sakhona.

comments user
Melusi mqadi

Aycha nam ngisukuma nokubuzela, ngabe u”Mqadi Msani Mpofana Mpanza” ihlobo or….??

comments user
Hendrick Motha

Mina ngicela ukwazi imvelaphi ka Motha Mabetha wasemaNdebele kaMusi kanye nezithakazelo zakhe, kanti nokuthi wafika kanjani kumaNdebele?

comments user
Hendrick Motha

Mina ngicela ukwazi imvelaphi nezithakazelo zikaMotha Mabetha wemaNdebele kaMusi kanye nokuthi wafika kanjani emaNdebeleni njengoba manje eseyiNdebele ngokwesiko?

comments user
nomzamo

Nomzamo Mbuli cha nami ngsukuma nokubuza izithakazelo zakaMbuli kanye nemvelaphi yazo nezibongo esihlobene nazo

comments user
Gugu Mvuna

Ngngajabula mangithola umunt wakwaMvuna owazi ukuxhumana kwabakwa Bhengu nakwaMvuna kanye nabakwaJali nokuth baphuma kanjan kwaBhengu ngyabonga

comments user
Sipho

ngifisa ukwazi ngesi bongo sakwa Nobela nezi thakazelo zakhona

comments user
Nozipho Phosekana

Ph osekana,Mpofana,Ngxanyana,Hlahlslibobo,Mathanganafudumele,Nobrnge,Zulu,Ntombela

comments user
Nozipho Phosekana

Ph osekana,Mpofana,Ngxanyana,Hlahlalibobo,Mathanganafudumele,Nobenge,Zulu,Ntombela

comments user
Athembele

cela ukwazi izthakazelo zakwaHlongwa

Leave a Reply to Sibusiso mpanzaCancel reply