Motha Clan Izithakazelo & Umlando
Izithakazelo zakwaMotha
Mvulane,
Mnyamande,
Thwala!
Mvulane,
Mnyamande,
Thwala!
Motha mvulane, ndlebenkomo, khathide, nongombili, zingabantathu ziye khabonina, mdlalose, thwala, mnyamandze, mahambanemvula, mayibuya ihlehle
Ubani lona owona isithakazelo sakithi lalela wemuntu weNkosi uyasibimba lesithakazelo akusona lesi
Mina ngoksazi kwami isthakazelo sakwa motha sithi motha mvulane khathide nongombili madlalidlalakanye ngabe ngomso uyodlalani sithuko sibe mathukwa unjokweni nalikhambule nabomagele magele wahlubi fuyankabi lokhetho motha mawungidinga ungangithola lana Skerovr6@gmail.com or 0794442834 ngiyabonga
3 comments