Mntambo, Mtolo, Mthombeni
Mntambo
- Nhlangothi,
- Mlondo,
- Vezi,
- Masilela,
- Jiyane,
- Nyongeluhlaza,
- Kweyama.
Mtolo
- Dlangamandla,
- Mchenge,
- Mthombeni.
Mthombeni
- Ntenga,
- Duma,
- Magagula,
- Thabisa,
- Mvenya.
Mntambo
Mtolo
Mthombeni
Ngyajabula uma kukhona izinto zesintu kuma internet
Ngiyathokoza ngokuthola umlando wakwaMthombeni
Nawe Mntambo awumncinyane..sigcwele la kwi internet…
ngiyabonga kuwowonke amantambo
Ngingathokoza uma kukhona ongangipha zonke izithakazelo zakwaMbambo.
kwakuhle ukubona isibongo sakith siqhakanjiswa
Thabethe
Ngingajabula kakhulu uma kukhona ongasisa ngezithakazelo zonke zakwa Thabethe
AMANTAMBO
Mntambo, Yonzi, Gigaba, Mavandla, kaNtethe,ka Gumbase, ka Mgase ,kaNgubo,Novetshe,Novathiblukhwe ngathi iyamlingana, Masilela, Gababa, Ngubo ayinyathelwa Inyathelwa ngabayaziyo abangayaziyo iyadabuka.Maphanga, Sozoso, Cimbithi, Gabada,Kweyama, Jiyane, Cingithwa, Xhentsa Ligijima, Nomawoqo, Nondaba ngathi uyabashumayeza
AmaHlubi amangelengele!
Ungowakithi.wena❤️❤️
Ngicela ongangipha izithakazelo zonke zakwa Mtolo
Umbuzo wami uthi.Ngabe isibongo sami sidabuka kuphi ?
Nduyabulisa mzi wakwaNtu. Ingaba ikho inkcazelo etyebileyo ngoNdlebe kaNgonyama kaMtolo? Kwenziwa yini ukuthi uNdlebe angabalwa kwizithakazelo zooDlangamandla? Okanye mhlawumbi ndeva ngantlanye?
Cel ukbuza kuth uNdadana uyangena yin koMntambo noGigaba?
Sengvele ngathokoza mina.
Tsine laswatini sitsi –
Mntambo,
Hlangothi zimanceba imikhonto yabafolazana,
Loyisa owaloyisa izwe lebenguni
Cimbithwa kaGomazane,
Nntethende kayidliwa ngayizinyoni,
Wena owahlokoza umuzì womuntu ngecala
Amantambo azalwa ngqo KwaMashiya amahle, Phantsi kwendlu ka Manyaza ebukhosini bakwaMashiya kahle kahle singabantwana begazi and sidinga wonke umntambo kweli sikhulise umzi wakuthi kubuyele induku yobawomkulu kubanikazi.
17 comments