Mgobhozi Clan Izithakazelo & History
Izithakazelo zakwaMgobhozi
Mahlobo,
Qwabe,
Khondlo,
Mnguni kaYeyeye
Mpangazitha, Mgobhozi, Shoshakade kakhaba,
Mbayise kaMngoma, Sdinane wena owadina abakwa khuzwayo,
Hlobo luhle olunoboya!
Mahlobo,
Qwabe,
Khondlo,
Mnguni kaYeyeye
Mpangazitha, Mgobhozi, Shoshakade kakhaba,
Mbayise kaMngoma, Sdinane wena owadina abakwa khuzwayo,
Hlobo luhle olunoboya!
Phakathwayo, Sdinanane, wena owadina abakwaKhuzwayo…it goes on, m not sure about the rest, isibongo sakomalume uMgobhozi and I love it so much …you came up with an awesome idea, I like it. Could you please add izithakazelo zakwa Nyaba if possible…please#puppy-dog eyes#
1 comment