2 comments

comments user
Mthandazo

Just wanna make a comment here.bengifunda ngomlando wakithi kwaMthembu nokuthi isithembu saqala kanjani.Kwakunezimpi kudala,kungaphunyulwa.O Mthembu bafike banqoba ndawanathize kwa ZULU.Abulawa amadoda amaningi.Kwasala abomama abangenamadoda.Lamadoda akwaMthembu abathatha labomama kwaba amakhosikazi abo.Saqala kanjalo isithembu.Kodwa okunye okwenzeka ukuthi abantwana abavela lapho kwaba oMathonsi.Lesibongo savela ngokuthi abantu bebebuzana ukuthi abo Mthembu abakafiki yini lapho bazothatha indawo ababenqobe kuyo.Baphendule abanye bathi,Cha kusaseyi mithonsanyana nje.Wavela kanjalo UMathonsi.Yilomlando mina engiwufundile.As for izithakazelo,kungenzeka ukuthi sekubizwa abobabamkhulu bakwa Mathonsi?Ngize ngangena entweni zika Mabuza nje ngoba ngimthole ngilandela umlando wakwa Mthembu.Kodwa uma sengingena ekhasini lakwa Mabuza,angiwutholi umlando wakhona.Okusho ukuthi kungaba yiqiniso lokhu okungaphezulu.Uma kukhona okunye okuhlukile kunalokhu,ngingajabula uma kungaphawulwa.

    comments user
    Nhlakanipho. Mathonsi

    Ngiseswazi ngithola ukuthi isthakazelo sakwaMathonsi Sesihlilukile kunesakwazulu ngizibuza ukuthi ngabe asisuki ndawonye noma kwahlukanwa ekhathi kdala ngcela onolwazi angiphenngule ngfisile ukwazi

Leave a Reply to Nhlakanipho. MathonsiCancel reply