Makhwasa clan names

Makhwasa ,
Mhayise,
Ngwane,
Hlatshwayo,
Nomkhono,
Thambo elimanikiniki eladliwa yinja yaze yalibeka ethala,
Swazi elihle,
Web owakhipha amadoda ebandla
Mnkoyeni

5 comments

comments user
Mthokozisi Makhwasa

Siyabonga ngezithakaze zako Nomkhono, Omkonyeni, oMakhwasa, oSwazi , kodwa sisadinga umuntu onolwazi kahke ngokuphuma, noma ukudabuka kwabo lapha koHlatshwayo, koNgwane , koMhayise . Kuyadingeka ke kucace kahle ukuthi kwenzakalani kahle. Nala kuDlamini noHlayshwayo, ukuze nezingane sikwazi ukuzichazela kahle. Mina ngizalwe ngibiza uMakhwasa , uHlatshwayo ubelokhu ela , uMhayise sibizwa ngaye, singo Swazi elihle. Ngiyacabanga kukhona ekumele sikwazi, kakhulu kwabase Ndlunkulu, ko Nkosi lapha eSwatini, noma onolwazi la emzani . Sizalelwe Eshowe eSikhwaseni. Empaphala.

    comments user
    Nolwazi

    Nami ngingowase Mpaphala ka Makhwasa, Ngyfisa ukwazi uMlando ne Mvelaphi yakwa Makhwasa

comments user
Philile

Philile Makhwasa
Sibiza uMakhwasa kodwa Mina ngazi ukuthibzithi singo Nkomzwayo, oLengeni, Mguqwase manje lezi engithola Lana angizazi singo Shabangu ngyacela makukhona onolwazi kahle ngicela angthinte

    comments user
    Andile Makhwasa

    izona kanye lezi nami engizaziyo

      comments user
      Nolwazi

      Sacela ungipha lezi ozaziyo

Leave a Reply to NolwaziCancel reply