Izithakazelo zakwa Madlala 😍 Madlala Clan Names
Izithakazelo zakwa-Madlala
Sishi,
Mpumuza,
Hlokohloko, Bhengu,
Khabalidaka,
Nodlomo!
Sishi,
Mpumuza,
Hlokohloko, Bhengu,
Khabalidaka,
Nodlomo!
emzumbe o Madlala sibazi bewo:
Sishi
Sozabe
Mcikili
Somagogla abagodla ingwe nengonyama , mabiya ngothuli amahlahla ehlezi
uyabheda ababa
Mina engizaziyo ezithi Sozabe, somagodl owagodl' ingwe, nengonyama, mcikili, mabiya ngathuma, amahlahl' ehleli,
Sishi, Khabalidaka, Dlobeni nina enadla inhlunu niyililela. Asiyidli imfe kaMkhwekazi
Exactly
Sozabe, Mcikili, Somagodlo, Owagodl'ingwe neNgonyama, ticubi at'lindwa tidliwa tik'hlata, Khaba L'daka, Mabiya ngothuli Amahlahla ehleli………
Ai iqinisilevubawo Ibona iMadlala abakhona,yize noma ngu Dlomo mina
bhengu aibo ngempela ngowaka sishi gishadele ka bhengu
It’s Nengu not Bhengu
Thina ngapha emsinga..singo gwegwana sishi hlokohloko khabaludaka mlenzubovu badlibenhlunu abafaz namadoda beylilela sofohlo mdlenevu
Nami kuyangithusa okwakaBhengu, kodwa angiqali ukukuzwa.
Mcikili, Sozabe, Hlokohloko, Khabal'daka
Christina Dube
mina ngazi ukuthi uMadlala umphephethe yena owadla umhlehlo kadadewabo wathi akanamhlehlo mlipha
Busi Madlala. Mina ngazi siqhamuka ngase Swwazini. Madlala,Mlipha,Mphephethe,owadla umkadadewabo watching akananyongo,watching akanamhlehlo,umhlehlo isibhabhakadane.
ezami zithy madlala,sishi,khabaldaka,hlokohloko,wen'owashaya insim'yazmilela
thina eMpendle sithi
Madlala
Sishi
Khabal'daka
Hlokohloko
Msunukanyoko
uyazishaya kakhulu manje uMlando wakaMadlala ngabe unawo?
Yebo nami ngazi :
Madlala
Sishi
Khabal'daka
Hlokohloko
Msunukanyoko
Hawu madoda, nayidla niyililela?????
Madlala
Sishi khabaludaka sozaba dlobeni nongane nzimase kamthandela hlokohloko lakomyakana Nina enadla inhluni niyililela msununu kanyoko gengeshe bhabala egwaba igijima ukuba ayigwabanga ngabe asikhola
Madlala
Sishi
Khabal’daka
Hlokohloko
Nina enadla insimu niyililela
Somgodla owagodlingwe nengoyama
Malanda amhlophe
Msunukanyoko
Thandiwe Madlala sishi khabalidaka jongolo Lilala wena owalala nomuno enquza wavuka wakhomba empumalanga. Hlokohloko Nina enadla insimu nayililela wena so godla owagodla ingwe nengonyama malanda amhlophe msunukanyoko
How does Bhengu and Madlala come together historically(clan names)
NgiwuMadlala endawana an area located near underberg.. ngiwu Madlala uSishi , uKhabal’daka ,iHlokohloko eladl’inhlunu liylilela ,uDlobeni.
Umah wam uMadlala from former eastern Cape, Umzimkulu iriginating from Kokstad. Bona ngoMadlala, phezani, tshatsheni, langa phumasikothe, malizo
Thina sithi:
Madlala! Mlipha!
USgod’ esasind’ abetshathi,
owase Ngidi nase Ngwavuma
UMzilikazi ka Mashobane;
owawela ngogodo umful’ ugcwele
ihlokohloko lomlambo
Mphephethe!
Kush’ oshayo;
Owadl’ udadewabo wath’ akananyongo
Umhlehl’ ubhabhakazi…
Madlala!!!
26 comments