Lushozi ® clan names. Lushozi Surname Meaning 😍 Lushozi Origin. Lushozi History

Izithakazelo zakwaLushozi:

Mnganga
Mpangazitha
Mthiya ngokuthiya abathakathi wathiya neyifunda
Nina belala, elalala nomunwe engquza lavuka lawuncinda lawukhombisilanga.
Khuluse ka Sogodi
Shengelomuntu
Manzini
Ndawombi Gidelankomo
Mnganga ofehlezela okweyhlabathi zolwandle
Mdlamofu awathi udlanyamatane kanti udlisilwane esingadliwa
Mnganga omkhulu

Leave a Reply