Izithakazelo zakwaMakhathini Clan Names Umlando

Izithakazelo zakwaMakhathini

Xabhashe,
Donda wasEnkweleni,
Khuhla phansi njenge khowandlovu,
Ntulikabongwa ubonga yena uzona umlomo,
Wena owashaya phansi kwavela abantu nezinkomo,
Sonkophe,
Sombizi!

Leave a Reply