Izithakazelo zakwaMajozi Clan Names Umlando

Izithakazelo zakwaMajozi

Mqamu,
Mabelemade wena owancelisa ingane ngaphesheya komfula,
Gwanyana,
Mbhuli,
Mabhulangwe wena owabhula izingwe wabhula izingonyama,
Ngoza,
Lukhozi!
Maphiliphili mbheka phansi onjengesambane!

Leave a Reply