Izithakazelo zakwa Thikazi Clan Names

Thikazi Clan Names
Siluma,
Ndlundlu,
Mambakazi,
Wena owashiyabantu bekubuka izinyawo,
Wena kaQeda kaBheka,
Wena Mhuqula Mbenge,
Wena waseGodlwayo kungagodlwe muntu kugodlwe izihlangu zamadoda,
Mambakazi !!!

Leave a Reply