Izithakazelo zakwa Shazi | Shazi Clan Praises
Want a t-shirt with your clans?
click here to make your order on Whatsapp
Izithakazelo zakwa Shazi | Shazi Clan Praises
zindela,
bhayeka,
bombo,
sbhagubhagu,
mkhoto owaduma ekseni,
mguphane owashiswa ilanga wozela,
ncabakhulu,
malinga,
nonjonjo,
mkhosana,
mbabathwa,
Unknown
molweni bengajabula uma zingafakwa zonke izithakazelo zakwa SHAZI kanye nomlando wakhona ngisho ivelaphi yako Shazi
Unknown
Nyathelwayo, Novuso
MJuda
Uma uzifunda ziphuma esizweni zakwaMthethwa esibizwa ngokuthi oShabalala or Qwabe or Baloi or Moloi or Gwambe or Mgabhi or Macambi noma Majola. Baphuma bonke kwaBhengu noma Mbango noma Mlambo futhi babizwa ngokuthi abakwaZwane. Kodwa igama elidume kakhulu uMalandela noma Marondera noma Alodia noma Moadia noma Mohadia noma Mthembu noma Mathaba noma Tembe noma Ndaba noma Mbatha noma Mpanza noma Mashaba noma Mabasa/Mabaso noma Phuthi noma Mpunzi noma Mbuzikazi noma Manzi noma Nzima (Cebekhulu nomaZibuko). Kodwa eKhongo lasiphuma khona sasaziwa njengezizwe uNdongo noMatamba ezazibuswa nguNzinga noma Nozinja wakwaMbande. Sithi manje sivuswa isizwe saMpande sakwaZulu.
3 comments