Izithakazelo zakwa Nyandeni Clan Names
Izithakazelo zakwaNyandeni
Nyandeni,
Mashobana,
Vumisa kaNgono,
Khukhuza kaNgonyama,
Zingwe zimbili ezalwa zabulalana kwaNtaba Ntshanini,
Ngwadla phakela izigqala zakwaLibose,
Wena waseNdinaneni
Izithakazelo zakwaNyandeni
Nyandeni,
Mashobana,
Vumisa kaNgono,
Khukhuza kaNgonyama,
Zingwe zimbili ezalwa zabulalana kwaNtaba Ntshanini,
Ngwadla phakela izigqala zakwaLibose,
Wena waseNdinaneni
Sanibona.
Ngisacela ukubuza ukuthi uKhukhuza KaNgonyama kwaba obani abafowabo – kungabe waba khona uVezi no Masina?
Baqhamuka bese Vryheid (Mpangisweni/Zwathi) abanye bafika kanjani eNtumeni, eShowe?
Ngiyabonga.
1 comment