Izithakazelo zakwa Ngwenya Clan Names Umlando
Izithakazelo zakwa Ngwenya
Mthiyane !
Ngwenya (Eswatini)
Bhambolunye,
Bayosala beziyolanisa,
Izithakazelo zakwa Ngwenya
Ngwenya
Mntimande
Bhambolunye
zingambili zobe zifuz`ekhaya konyoko
Mabuya
bengasabuyi baye babuya emaNgwaneni
Nungunde
Wakhothe
bayosala beziyolanisa
wakhangel`emnzini wakhangel`enyakatho
Mabhodl`amanzi abantukazana bebhodla utshwala
Vus`umuzi ngokuvus`umadonsela
oqhamuk`esedonse ukunene no gamadze
Mntimande
Ngwenya
Mntimande(Mntimandze)
Bhambolunye(Bambolunye)
Zingabambili zobe zifuz`ekhaya konyoko
Mabuya
Bengasabuyi baye babuya emaNgwaneni
Nungunde
Wakhothe
Bayosala beziyolanisa
Wakhangel`emnzini wakhangel`enyakatho
Mabhodl`amanzi abantukazana bebhodla utshwala
Vus`umuzi ngokuvus`umaDonsela
Oqhamuk`esedonse uKunene no Gamadze
Mntimande
Bengicela umuntu ozazi ziphelele izithakazelo zakwa Ngwenya i really wanna know more about izithakazelo zasekhjaya please send me an email
Ngwenya mntimandze bambo lunye zaba zimbili zeza nonina Mabuya, kuhlase Shongwe Madonsela Kunene,uma geza ngobisi
Ngwenya
Mtimande
Kota
Bhambolunye
Mabuya engasabuyi
Ayobuya emangwananeni
Nungunde
Wakhothe
Bayosala beziyolanisa
Mabhodla amanzi Abantukazana
Bebhodlutshwala
Vusumuzi
Ngikuvusa UMadonsela and qhamuka esedonsa ukunene noshongwe
Gamandze
Ngicela ukubuza ukuthi uGuliwe akangeni yini kwa Ngwenya?
u stshela sabakwenya lo zitha zomkhonti akangeni yini kungwenya
No. USetshele ungumtswana akahlangene no Mantimande. Wasuka Botswana abalekela izimpi, wase ezibiza ngongwenya ukuthi angatholakali.
Mavula Mlomo Kudzilike Tichilo temakhosikati Mabuya
Ongabe enolwazi ngositshela sabakwena kulesthakazelo akasisize bakithi ngoba iyasihlupha lento
10 comments