Izibongo
Izithakazelo
Praisenames
Angafa nokufa, Dladla, Dwala, fi, Gadlela, Izithakazelo, Magalel'agoqe njengeshongololo, Mgabadeli, Mhlophe, Mpembe, Ngoba wena inezinyawo eziningi, Nyazitha, Ongathinta wena, Owagabadela izinkundla zwakwaBulawayo, Songololo siyakwesaba, Vezi, Wena zikhali kazikho zisemsamu koGobone
admin
0 Comments
Izithakazelo zakwa Dladla Clan Names
Izithakazelo zakwa Dladla
Mgabadeli,
Owagabadela izinkundla zwakwaBulawayo,
Gadlela, Dwala,
Mpembe, Mhlophe,
Vezi, Dladla,
Mhlophe, Nyazitha,
Magalel’agoqe njengeshongololo,
Songololo siyakwesaba,
Ngoba wena inezinyawo eziningi,
Ongathinta wena,
Angafa nokufa, fi,
Wena zikhali kazikho zisemsamu koGobone,
wena sandla esembethe imbokodo.
Mgabadeli!
Owagabadela izinkundla zwakwaBulawayo,
Gadlela, Dwala,
Mpembe, Mhlophe,
Vezi, Dladla,
Mhlophe, Nyazitha,
Magalel’agoqe njengeshongololo,
Songololo siyakwesaba,
Ngoba wena inezinyawo eziningi,
Ongathinta wena,
Angafa nokufa, fi,
Wena zikhali kazikho zisemsamu koGobone,
wena sandla esembethe imbokodo.
Mgabadeli!
Leave a Reply