Izithakazelo Zakwa Ngobese Clan Names
Izithakazelo Zakwa-Ngobese! Mqungebe Donda Mthinti Ntinda
Izithakazelo Zakwa-Ngobese! Mqungebe Donda Mthinti Ntinda
Izithakazelo zakwa-Qwabe Gumede, Wena kaMalandela kaluzumana, Phakathwayo kaKhondlo kaMncinci, Osidlabehlezi kaPhakathwayo Abathi bedlumuntu bemyenga ngendaba,…
Izithakazelo zakwa-Sibeko Maziya, Gembe, Mkhabela, Mcusi omhlophe izandla nezinyawo, Wena wenjiki emnyama yasoHlelo, Wabona ngani…
Izithakazelo zakwa-Shandu Mbatha, Shandu kaNdaba, Sontshikaze, Manyosi, Gumbi lamagwala, UShandu akangakanani,nasentendeni yesandla engahlala, Nasothini lomkhonto…
Shezi Surname info Dlaba, Shukulas', Mnomiya, Dludle, Dludl'owadl'imihlambi yamadoda, Wadl'izinkomo zamaNdebele, Oyodl'ezikaDlaba uyoceba, Dlab' akadleli…
Izithakazelo zakwa-Xulu Makhathini, Xabhashe, Donda wasEnkweleni, Khuhla phansi njenge khowandlovu, Ntulikabongwa ubonga yena uzona umlomo,…
Izithakazelo zakwa-Ziqubu Khathini, Biyase, Ngonyama yenduna, Luphondo! >> Nazi izithakazelo eziphelele <<
Izithakazelo zakwa Zondo Mthiyane, Sokhulu, Nqoboka, Mnguni kaManekwane, Skhangane esakhanga amadoda Luvuno, Sokotshane Mzwili!
Izithakazelo zakwa-Langa Sothole, Sodumase, Madevu aqgabul'inkomishi, Phokophalala mnikolusha ngoba oludala lumbangela isilungulelo, Shiy'abantu, Nyongo yendlovu,…
Izithakazelo zakwa-Khuluse Hlongwa, Gabhise, Mtumaseni, Khawula, Mdindela!