Izithakazelo zakwa-Duma Clan Names Umlando
Izithakazelo zakwa-Duma Ntenga, Mthombeni, Lwandle kaluwelwa luwelwa zinkonjane kuphela zona ezindiza phezulu, Ngongolozi owaphekwa netshe,…
Izithakazelo zakwa-Duma Ntenga, Mthombeni, Lwandle kaluwelwa luwelwa zinkonjane kuphela zona ezindiza phezulu, Ngongolozi owaphekwa netshe,…
Izithakazelo zakwa-Dumakude Mngcobo, Nzimase, Mpunz'edl'emini, Ebusuku iyalala, Luhagane olwahaga umfazi esibunjini kwaze kwasa ethwibisheka, Msongi…
Izithakazelo zakwa-Dumisa Gcwensa, Ndimande!
Izithakazelo zakwa-Dunge Chiliza, Mkhathini!
Izithakazelo zakwa-Dubazana Mwelase, Mbansa ngesandla ebantwini, Wena kaCala, Wena ongawelanga ngazibuko, Wena owawela ngezimpambosi zomfula…
Izithakazelo zakwa-Doyisa Bika, Khoso, Mazengezi, Ndlela zabadluli, Nono, Mzoboshi, Mvubu!
Izithakazelo zakwa-Donda Ngonyama, Masinga, Thusini, Manqele, Mzimela!
Izithakazelo zakwa-Dlungwane Mpithikeza,Mathaba,Ndlalakuhle, Nhlab'shile,Luqa,Zondi,Nondaba,Gagashe!
Izithakazelo zakwa-Dlungwana Mpithikeza, Mathaba, Ndlalakuhle, Nhlab'shile , Luqa, Zondi,Nondaba, Gagashe!
Dludlu Clan Names : Mtima, Mzomba, Sikhakhane!