Mkhize isithakazelo correction
Ngiyabingelela Mina obabamkhulu bangitshela ukuthi, "sakhany' emasisweni" hhayi ukuthi, "sakhany'amas'esiswini".Kusho ukuthi safike sagqama/sakhanya lapho okwakusiswe…
Ngiyabingelela Mina obabamkhulu bangitshela ukuthi, "sakhany' emasisweni" hhayi ukuthi, "sakhany'amas'esiswini".Kusho ukuthi safike sagqama/sakhanya lapho okwakusiswe…
Tinanatelo Hlanze Hlanze, Mkhulandle, Mathebula, wena waMlilwane, mkhulandle wetindlovu, Buhlalu lobungaphicwaphicwa baphicwa buyonakala, wena longayidli…
Sima, Zulu, Mageba, Ntombela, Sthuli SikaNdaba!
Bhekiswayo, Mdluli, Gembe, Mazalankosi, Wena owazala, Umahlokohlo, Kwahlokohla izimbila, Zaphuma umsakalala, Wena owakwa ngulukutsheni!
Maduna, mboweni omuhle, muhlemhlangano, mhlanganisi wemabutho mathokazi !
Hlaye, Mkundla, Qubulashe, Nonina, Sigobode, Thomba ngemilenze kuvele itholazi, Mbimbi, Nonjezi, Ntshangase !
Hi , please assist with the Clan name Hlabioa where are they from
Majola, Macingwane, Bhude limlomo obomvu, Yeyesa, Mlomo ongathi owentsiyane, Ndabezitha, Ngqulunga, Mabonwa abulawe, Phakade akagugi…
Khambule, Mzilankatha, INkatha kayingen'endlini, Yangena kubola inkaba zabantwana, Nina bakaNkomo Zilal'uwaca, Ezamadojeyana Zilal'amankengana, Mlotshwa, Malandel'ilanga…