Izithakazelo zakwa-Buleni
Izithakazelo zakwa-Buleni Sgwaza, Nkomedl'abantu, Sgwaca esagwac'ethafeni, Mlomula!
Izithakazelo zakwa-Buleni Sgwaza, Nkomedl'abantu, Sgwaca esagwac'ethafeni, Mlomula!
Izithakazelo zakwa-ButheleziShenge, Sokwalisa, Mnyamana kaNgqengelele, Phungashe, Sondiya, Mnandingamondi, Wena owadliwa zindlovukazi zamlobolela, Nina zinyawo ezimahhele,…
Izithakazelo zakwa-Bhebhe Makhedama, Soyengwase, Nina bakaBhebhe kaMthendeka, Nina bakaSoqubele onjengegundane, Nina baseSiweni, KwaMpuku yakwaMselemusi, KwaNogwence…
Izithakazelo zakwa-Blose Ndelu, Madiba, Dimba, Duma, Mseleku, Phonsel 'obusuMajonjobela oThunga ligcwala lingethiwanga ligcwala ukuhlakanipha, Bohlela,…
Izithakazelo zakwa-Biyela Ntshangase, Menziwa, Njezi ka Xhoko! Ndabezitha! Mvundlane wasoKhabeni, Mbeng'osinda abosi, Mgazi!
Izithakazelo zakwa-Biyase Khathini, Ziqubu, Ngonyama yenduna, Luphondo!
Izithakazelo zakwa-Bhengu Ngcolosi! Wena wakwaDlabazane,KaNgwane, KaNephu kaLamula, Nyawo zigezwa ngamazolo, Nina enivuka nixubhe ngelala, Shongololo,…
Izithakazelo zakwaNdwandwe Zwide kaLanga, Mkhatshwa, Okhabangezinde nezimaqhukubezana, Nkabanhle, Wena wase Gudunkomo, Wena owasezikhotheni, ezingakhothi ngamlomo,…
Izithakazelo zakwa-Hlengwa Mashasha, Nongubo, Shingweni, Mlebuka, Sijamane, Dumakude, Mbuyisa, Ncokela, Mngcenge!
Izithakazelo zakwa-Dubazana Mwelase, Mbansa ngesandla ebantwini, Wena kaCala, Wena ongawelanga ngazibuko, Wena owawela ngezimpambosi zomfula…