Ukuphosa itshe esivivaneni INCAZELO
Ukuphosa itshe esivivaneni, kusho ukuxhasa abantu kulokho abasuke bekwenza, noma ukufaka isandla ngokupha noma ngokunikela…
Ukuphosa itshe esivivaneni, kusho ukuxhasa abantu kulokho abasuke bekwenza, noma ukufaka isandla ngokupha noma ngokunikela…
Ke bana ba_Kgwedi. Ke bana ba kgwedi ya mabule Mogakane! ke Batho ba tswago Kua…
Ukupha isihambi ukuzibekela: Uma upha umuntu oyisihambi usuke uzibekela ngoba kothi nawe mhlazane unohambo olude,…
Isisu somhambi asingakanani: Kusho ukuthi umuntu oyisihambi uyaneliswa noma yikuphi ukudla omnika khona.
Unyawo alunampumulo: Kusho ukuthi ungalwa nomuntu uze uqiniseke ukuthi ngeke usambona futhi kanti ngelinye ilanga…
Abake babonana babuye babonane: Kusho ukuthi umuntu owake wambona usayophinde umbone futhi.
Inyathi ibuzwa kwabaphambili : Kusho ukuthi abantwana umthetho bawuthola kwabadala.
Indlela ibuzwa kwabaphambili: Kusho ukuthi izimfanelo zokuphila kulomhlaba umuntu uzithola kwabadala.
Okwahlula amadoda kuyabikwa: Kusho ukuthi into uma isihlule ibandla kuyabatshazwa.
Idla ngokuqina: Kusho ukuthi umuntu ukuze aphumelele usizwa amasu akhe.