clansofafrica

Ndaba,GumedeSibiya ngenkomo, abafokazana bebiya ngamahlahla,Nina bakwankom'isengelwa emaweni,Ingasengelw'esibayeni akuyon'eyakhona.Gumede kaNdaba,umanyelela njengentombi iy'esokeni,Mkhananda owafinyelela kubalondoloziwemuka noGodokazi way'eMfolozi.UHhiya…

clansofafrica

Dlaba,Shukulas', Mnomiya,Dludle,Dludl'owadl'imihlambi yamadoda,Wadl'izinkomo zamaNdebele,Oyodl'ezikaDlaba uyoceba,Dlab' akadleli phansi,Udle' edlodlweni,Abanye bedlela phansi,Mavulane owavul' iNkandl'ivaliwe,Mchube, Mlotshwa,Wena kaLumbazo, kaZokufa,Sigananda…