Abakwa Ngema 😍 Imvelaphi yakwaNgema Clan
AbakwaNgema, bazithakazela ngoMadlokovu, ntusi yenkomo, Mngadi, Nene, sthenjwa, muji, wena wasengweni, sabela uyabizwa enkonjeni ubizwa abamhlophe ukuzokhuluma ngomhlabathi wakini kamalandela, nina baseMfule, goda elimnyama elihamba libahila amanqina namaqakala, sthuli sasengweni esingasho lutho kumuntu, madlokovu ongengakanani ngoba nsasentendeni yesandla uyanela wena kamanukuza.
UMLANDO WAKWA NGEMA:
Imvelaphi yabakwa-Ngema iqhamuka esizweni samaNguni esabe siholwa inkosi uShaka kasenzangakhona, phakathi kwaso kuvela nezinye izibongo ezibandakanya abakwaNtusi nabakwaNene. langa limbe uMalandela owayezalwa insizwa kaNguni uNguni kaGumede wasuka nebutho lakhe owayelihola balibethuza balibhekisa eNyakatho nekwaZulu natali baye bayofika endaweni eyayaziwa ngokuthi iseMfule, ngaseMelmoth, sebehambe ibanga elide kwathi phakathi nendlela bah
2 comments