Madondo 😍 Izithakazelo 😍 Clan Names
Izithakazelo zakwa Madondo
- Mnquhe !
- Wena waseQhudeni,
- Zikode kaNgaba,
- Mwelase !
- Mpukane kaMgedeza,
- Wena ongawudli umbele odliwa abalandakazi,
- Wena ongaweli ngezimpambosi, owela ngezibuko !
Izithakazelo zakwa Madondo
Leave a Reply