Msani Clan Izithakazelo & History

Izithakazelo zakwaMsani

Mtimamnde,
Kunene, Majoka,
Nxaba kaMbhekane owabhekana nokuhlupheka,
Madl’uvalo lwengonyama abanye bedl’olwenkomo,
Mthantathwa,
Mnguni wasOndini,
Wena kaNonqewu,
Wena kaMgobhozi,
Ntetha, Vangisa,
Mageza ngobisi abanye begeza ngamanzi,
Mvuna!

3 comments

comments user
power of knowledge

kunomehluko yini phakathi kuka Msani noMsane?

comments user
Unknown

Awukho Mehluko its a human Error kalabantu abasuke benza certificate e home affairs

comments user
Smangaliso.msane

Izithakazelo zakwamsani majoka mvuna thumbela

Leave a Reply