Izithakazelo
Sinanatelo
Dumakude, Mabhoyi, Mbewumbili abanye bamhlophe abanye babomvana, Mlaba, Msuthu, Mthandi wabantu bengamthandi bethi bayamthanda kanti bayamkhohlisa, nina enacaba isicaba ngokucazelana, Njono wena wase Mdlangweni. Luvuno wena owavuna abaliwayo, Nodlela, Sambane phuma ehlathini kwenile kulele izingwe nezingonyama, Ximba, Ximba-History, Ximba-Surname
admin
0 Comments
Izithakazelo zakwa Ximba Clan Names Umlando
Izithakazelo zakwa Ximba
Thina singabakwa Ximba,
Mlaba,
Mabhoyi,
Nodlela,
Mbewumbili abanye bamhlophe abanye babomvana,
nina enacaba isicaba ngokucazelana,
Msuthu,
Dumakude,
Sambane phuma ehlathini kwenile kulele izingwe nezingonyama,
Mthandi wabantu bengamthandi bethi bayamthanda kanti bayamkhohlisa,
Njono wena wase Mdlangweni.
Luvuno wena owavuna abaliwayo!
Leave a Reply