Izithakazelo
Gadamanzi, Hlongwane, Izithakazelo, Khanyile, mageza ngobisi abanye begeza ngamanzi, Masengasileke, Mdladla, Mntungwa, Mtungwa Nina bakaMatiwane Masumpa kaZikhali ezingafani nezabafokazane MaNgwane KaNgwadi. Nkosi Masela Mathanga adunuse onxuweni Ngwadi, Ndukuzinobulongwe, ngalende efinyelela lapho ezinye ezingafinyeleli khona tshanobude obungadliwankomo, Ngwane, Ngwane. Ngabathembu, Nkosi, Sangweni, Sogodi, Zikhali
admin
1 Comments
Izithakazelo zakwa Zikhali Clan Names
Izithakazelo ne mvelaphi yakwa Zikhali:
Zikhali,
Khanyile,
Sangweni,
Hlongwane,
Mdladla,
Sogodi,
Ngwane.
Ngabathembu,
Sangweni,
Ngwane,
Khanyile, Hlongwane, Nkosi, Gadamanzi, Mtungwa Nina bakaMatiwane Masumpa kaZikhali ezingafani nezabafokazane MaNgwane KaNgwadi. Nkosi Masela Mathanga adunuse onxuweni Ngwadi, Masengasileke, Ndukuzinobulongwe, Mntungwa , ngalende efinyelela lapho ezinye ezingafinyeleli khona tshanobude obungadliwankomo, mageza ngobisi abanye begeza ngamanzi, ngwane elihle
1 comment