Izithakazelo zakwa Mashinini – Ziphelele Zonke

Mashinini,
Guliwe,
Libembe,
Ntoz’mandla,
Abakamfazi wemuka Ka Mashinini wathi engalapha ngase siGodini wathi umtana udabule imbeleko Kanti ukhumbule uMbengomadansi,
Nina abaka mfazi osihhebakazi uPhongo njengo nina,
Abakamfazi omabele made obelethe ngayizolo,
Thingi Thingi uthi a ngenze njani ngoba nali ibhubesi liyvimbile kaNonhlanhla eNgosi akekho ongalivimba ngisho uGuqa phenduke umalala nenkonyane !!! 🙌🏾🙌🏾🙌🏾

Leave a Reply