izithakazelo zakwa MBUYISA Clan & Umlando
- Mbuyisa,
- Sama,
- Nyathikazi,
- Nxoza buhlalu,
- Angiyithwali iNxoza yethusi iyedabuka,
- Nina sivimbi sama saka, namasakazane,
- Tshelani amadoda asuke phansi komthunzi wentaba, izingane ekhaya zafa ukuthuthumela.
- Mbuyisa!
Leave a Reply