Izithakazelo zakwaMqadi Clan Names Umlando
Izithakazelo zakwaMqadi Mbuyisa, Hlobose, Nobekela, Sosingath'owasingath'ingwe nengonyama, Nina enasuk'enhla nawela imfolozi emnyama nebomvu nithwel'imbewu ngophondo,…
Izithakazelo zakwaMqadi Mbuyisa, Hlobose, Nobekela, Sosingath'owasingath'ingwe nengonyama, Nina enasuk'enhla nawela imfolozi emnyama nebomvu nithwel'imbewu ngophondo,…
Izithakazelo zakwaMsane Mtimamnde, Kunene, Majoka, Nxaba kaMbhekane owabhekana nokuhlupheka, Madl'uvalo lwengonyama abanye bedl'olwenkomo, Mthantathwa, Mnguni…
Izithakazelo zakwaMsani Mtimamnde, Kunene, Majoka, Nxaba kaMbhekane owabhekana nokuhlupheka, Madl'uvalo lwengonyama abanye bedl'olwenkomo, Mthantathwa, Mnguni…
Izithakazelo zakwaMseleku Duma, Lwandle, Ntenga, Mthombeni!
Izithakazelo zakwaMpanza Thabekhulu, Sandanezwe, Nongalo, Mavundla, Siwele, Dubandlela, Soyikazi, Mzingane, Donda! Nazi eziphelele lapha
Izithakazelo zakwaMnyandu Gedeza, Nongalaza, Nondelamzimba, ewudelel'abezizwe, Bhobholumtshingo KaPhenyana, Buthela, Mlimandlela, Thangameza, Bomphankomo, Mpangazitha!
Izithakazelo zakwaMntambo Nhlangothi, S'hlahl'ekhulu, Cimbishe, Ntethe, Mlondo, Vezi, Nyong'eluhlaza enjengeyenyamazane, Masilela, Jiyane, Kweyama!
Izithakazelo zakwaMnguni Qwabe, Gumede, Mnguni kaYeyeye, Osidlabehlezi bakaKhondlo kaPhakathwayo, Abathi bedla, babeyenga umuntu ngendaba Abathi…
Izithakazelo zakwaMnomiya Dlaba, Shukulas', Shezi, Dludle, Dludl'owadl'imihlambi yamadoda, Wadl'izinkomo zamaNdebele, Oyodl'ezikaDlaba uyoceba, Dlab' akadleli phansi,…
Izithakazelo zakwaMnqayi Mashiya, Catheya, Mkhweli wentabend'engakhwelwa mfazi, Nyon'emnyam'enjengamandongonyo, Nsele ka Lindamkhonto, Nhlabathi, Mgwalantshani wena owagwalantshela…